Numeri 33:52 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 52 Kumele nibaxoshe bonke abakhe ezweni phambi kwenu, nibhubhise yonke imifanekiso yabo yamatshe + nazo zonke izithombe zabo zensimbi, *+ kufanele nibhidlize zonke izindawo zabo eziphakeme ezingcwele. + 1 AmaKhosi 3:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Kodwa abantu babesanikela ezindaweni eziphakeme, + ngoba kuze kube yileso sikhathi indlu yegama likaJehova yayingakakhiwa. + 2 AmaKhosi 14:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngonyaka wesibili kaJehowashi + indodana kaJehowahazi inkosi yakwa-Israyeli, u-Amaziya indodana kaJehowashi inkosi yakwaJuda waba yinkosi. 2 AmaKhosi 14:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Nokho, izindawo eziphakeme azizange zisuswe, + abantu babesayenza imihlatshelo beshunqisa nomusi womhlatshelo ezindaweni eziphakeme. +
52 Kumele nibaxoshe bonke abakhe ezweni phambi kwenu, nibhubhise yonke imifanekiso yabo yamatshe + nazo zonke izithombe zabo zensimbi, *+ kufanele nibhidlize zonke izindawo zabo eziphakeme ezingcwele. +
2 Kodwa abantu babesanikela ezindaweni eziphakeme, + ngoba kuze kube yileso sikhathi indlu yegama likaJehova yayingakakhiwa. +
14 Ngonyaka wesibili kaJehowashi + indodana kaJehowahazi inkosi yakwa-Israyeli, u-Amaziya indodana kaJehowashi inkosi yakwaJuda waba yinkosi.
4 Nokho, izindawo eziphakeme azizange zisuswe, + abantu babesayenza imihlatshelo beshunqisa nomusi womhlatshelo ezindaweni eziphakeme. +