Jeremiya 15:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Uma sithi kuwe, ‘Sizoyaphi?’ kufanele uthi kuso, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Abanye benu bayobulawa yizifo, Abanye bayobulawa yimpi, + Abanye bayobulawa indlala, Kanti abanye bayothunjwa.” ’ + Jeremiya 39:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 UNebuzaradani, + induna yonogada, wabathatha bonke abantu ababesele edolobheni, abantu ababehlubukile nabo bonke abanye abantu ababesele wabayisa ekudingisweni eBhabhiloni. Jeremiya 52:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 UNebuzaradani induna yonogada wabayisa ekudingisweni abanye kubantukazana nabo bonke abantu ababesele edolobheni. Wathatha nalabo ababehlubukele enkosini yaseBhabhiloni nazo zonke izisebenzi eziyizingcweti. + Jeremiya 52:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Ngonyaka ka-23 kaNebukhadinezari,* uNebuzaradani induna yonogada wathatha amaJuda wawayisa ekudingisweni, abantu abangu-745. + Sebebonke abantu abayiswa ekudingisweni babengu-4 600. Hezekeli 5:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ingxenye yokuqala uzoyishisa ngomlilo ngaphakathi edolobheni lapho seziphelile izinsuku zokulivimbezela. + Uyobe usuthatha enye ingxenye uyishaye ngenkemba nxazonke zedolobha, + kuthi ingxenye yesithathu uyisakaze emoyeni, futhi ngiyohosha inkemba ngibajahe. +
2 Uma sithi kuwe, ‘Sizoyaphi?’ kufanele uthi kuso, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Abanye benu bayobulawa yizifo, Abanye bayobulawa yimpi, + Abanye bayobulawa indlala, Kanti abanye bayothunjwa.” ’ +
9 UNebuzaradani, + induna yonogada, wabathatha bonke abantu ababesele edolobheni, abantu ababehlubukile nabo bonke abanye abantu ababesele wabayisa ekudingisweni eBhabhiloni.
15 UNebuzaradani induna yonogada wabayisa ekudingisweni abanye kubantukazana nabo bonke abantu ababesele edolobheni. Wathatha nalabo ababehlubukele enkosini yaseBhabhiloni nazo zonke izisebenzi eziyizingcweti. +
30 Ngonyaka ka-23 kaNebukhadinezari,* uNebuzaradani induna yonogada wathatha amaJuda wawayisa ekudingisweni, abantu abangu-745. + Sebebonke abantu abayiswa ekudingisweni babengu-4 600.
2 Ingxenye yokuqala uzoyishisa ngomlilo ngaphakathi edolobheni lapho seziphelile izinsuku zokulivimbezela. + Uyobe usuthatha enye ingxenye uyishaye ngenkemba nxazonke zedolobha, + kuthi ingxenye yesithathu uyisakaze emoyeni, futhi ngiyohosha inkemba ngibajahe. +