2 AmaKhosi 11:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Izinduna zamakhulu + zenza njengoba nje uJehoyada umpristi ayeziyalile. Ngakho ngayinye yathatha amadoda angaphansi kwayo ayesebenza ngeSabatha, kanye nalawo ayengasebenzi ngeSabatha, zeza kuJehoyada umpristi. + Luka 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Njengoba ayekhonza njengompristi esabelweni sesigaba sakhe + phambi kukaNkulunkulu, Luka 1:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Lapho izinsuku zenkonzo yakhe engcwele* seziphelile, wahamba waya ekhaya.
9 Izinduna zamakhulu + zenza njengoba nje uJehoyada umpristi ayeziyalile. Ngakho ngayinye yathatha amadoda angaphansi kwayo ayesebenza ngeSabatha, kanye nalawo ayengasebenzi ngeSabatha, zeza kuJehoyada umpristi. +