1 AmaKhosi 5:17, 18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Inkosi yayala ukuba zimbe amatshe amakhulu, amatshe abizayo, + ukuze kubekwe isisekelo + sendlu ngamatshe asikiwe. + 18 Ngakho abakhi bakaSolomoni nabakhi bakaHiramu nabaseGebhali + babesika amatshe, belungiselela nezingodo zokwakha indlu. 1 IziKronike 22:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Kukhona izisebenzi eziningi kakhulu ezinawe—abasiki bamatshe, abasebenza ngetshe, + abasebenza ngokhuni nalo lonke uhlobo lwezisebenzi ezinekhono. +
17 Inkosi yayala ukuba zimbe amatshe amakhulu, amatshe abizayo, + ukuze kubekwe isisekelo + sendlu ngamatshe asikiwe. + 18 Ngakho abakhi bakaSolomoni nabakhi bakaHiramu nabaseGebhali + babesika amatshe, belungiselela nezingodo zokwakha indlu.
15 Kukhona izisebenzi eziningi kakhulu ezinawe—abasiki bamatshe, abasebenza ngetshe, + abasebenza ngokhuni nalo lonke uhlobo lwezisebenzi ezinekhono. +