-
2 AmaKhosi 11:19, 20IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
19 Ngaphezu kwalokho, wathatha izinduna zamakhulu, + onogada benkosi, onogada besigodlo + nabo bonke abantu bezwe, ukuba behlise inkosi beyisusa endlini kaJehova, baya endlini yenkosi* ngendlela edlula esangweni lonogada. Inkosi yabe isihlala esihlalweni sobukhosi. + 20 Ngakho bonke abantu bezwe bajabula, idolobha laba nokuthula, ngoba u-Athaliya babembulale ngenkemba endlini yenkosi.
-