Duteronomi 19:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 “Lapho uthola ifa lakho ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulithathe, akumele ugudluze uphawu lomngcele kamakhelwane wakho + lapho okhokho babelubeke khona. Duteronomi 27:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 “‘Uqalekisiwe ogudluza uphawu lomngcele womuntu wakubo.’ + (Bonke abantu bayothi, ‘Amen!’) IzAga 23:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ungalugudluzi uphawu lomngcele wakudala +Noma ungene ensimini yezintandane. Hoseya 5:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Izikhulu zakwaJuda zifana nalabo abagudluza umngcele. + Ngizothululela ulaka lwami phezu kwazo njengamanzi.
14 “Lapho uthola ifa lakho ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulithathe, akumele ugudluze uphawu lomngcele kamakhelwane wakho + lapho okhokho babelubeke khona.
10 Izikhulu zakwaJuda zifana nalabo abagudluza umngcele. + Ngizothululela ulaka lwami phezu kwazo njengamanzi.