Jobe 34:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ukhona Lowo ongakhethi lapho esebenzelana nezikhuluNongakhethi abacebile acindezele abampofu, *+Ngoba bonke bawumsebenzi wezandla zakhe. + IzAga 14:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Oqola ophansi uhlambalaza uMenzi wakhe, +Kodwa obonisa umusa kompofu uyamkhazimulisa. *+ IzAga 22:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Abacebile nabampofu bafana* ngalokhu: Bonke benziwe uJehova. + Malaki 2:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 “Asinaye yini ubaba oyedwa sonke? + Asidalwanga yini uNkulunkulu oyedwa? Pho kungani sikhohlisana, + singcolisa isivumelwano sokhokho bethu?
19 Ukhona Lowo ongakhethi lapho esebenzelana nezikhuluNongakhethi abacebile acindezele abampofu, *+Ngoba bonke bawumsebenzi wezandla zakhe. +
10 “Asinaye yini ubaba oyedwa sonke? + Asidalwanga yini uNkulunkulu oyedwa? Pho kungani sikhohlisana, + singcolisa isivumelwano sokhokho bethu?