IzAga 17:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Noma ubani omhleka usulu ohluphekayo uhlambalaza uMenzi wakhe, +Nanoma ubani ojabula ngenhlekelele yomunye ngeke angajeziswa. + IzAga 24:17, 18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Lapho isitha sakho siwa ungajabuli,Nalapho sikhubeka, ungayivumeli inhliziyo yakho ukuba ijabule; +18 Ngaphandle kwalokho, uJehova uyobona adumale,Futhi ngeke esasithukuthelela. *+
5 Noma ubani omhleka usulu ohluphekayo uhlambalaza uMenzi wakhe, +Nanoma ubani ojabula ngenhlekelele yomunye ngeke angajeziswa. +
17 Lapho isitha sakho siwa ungajabuli,Nalapho sikhubeka, ungayivumeli inhliziyo yakho ukuba ijabule; +18 Ngaphandle kwalokho, uJehova uyobona adumale,Futhi ngeke esasithukuthelela. *+