Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Zakariya 3:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Ngaboniswa uJoshuwa + umpristi ophakeme emi phambi kwengelosi kaJehova, noSathane + emi ngakwesokudla sakhe ukuze amelane naye.

  • Mathewu 4:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Umoya waholela uJesu ehlane ukuba ayolingwa + uDeveli. +

  • Mathewu 4:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 UMlingi + weza wathi kuye: “Uma uyindodana kaNkulunkulu, tshela la matshe ukuba abe yizinkwa.”

  • Luka 22:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 “Simoni, Simoni, bheka! USathane uyanifuna ukuze nonke anihlunge njengokolweni. +

  • Johane 13:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Isidlo sakusihlwa sasisaqhubeka, uDeveli wayesekufakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe, + indodana kaSimoni, ukuba amkhaphele. +

  • IsAmbulo 12:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Ngakho waphonswa phansi udrako omkhulu, + inyoka yokuqala, + lowo obizwa ngokuthi uDeveli + noSathane, + odukisa umhlaba wonke owakhiwe; + waphonswa phansi emhlabeni, + nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela