Duteronomi 31:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 UJehova wathi kuMose: “Lalela! Manje usuzofa,* futhi laba bantu sebezoqala ukufeba* nonkulunkulu bezinye izizwe ababazungezile ezweni abaya kulo. + Bazongishiya + baphule nesivumelwano sami engisenze nabo. + Duteronomi 32:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe. AbaHluleli 2:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ngakho ama-Israyeli enza okubi emehlweni kaJehova akhonza noBhali. + 2 Samuweli 20:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Kwakukhona umuntu owuhlupho okwakuthiwa nguSheba, + indodana kaBikri, umBhenjamini. Washaya uphondo + wathi: “Asinasabelo kuDavide, asinafa endodaneni kaJese. + O Israyeli, yilowo nalowo makaye konkulunkulu bakhe!” *+ Nehemiya 9:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 “Nokho awalalelanga, adlubulunda + awushiya uMthetho wakho.* Abulala abaprofethi bakho ababewaxwayisa ukuba abuyele kuwe, abonisa indelelo enkulu. +
16 UJehova wathi kuMose: “Lalela! Manje usuzofa,* futhi laba bantu sebezoqala ukufeba* nonkulunkulu bezinye izizwe ababazungezile ezweni abaya kulo. + Bazongishiya + baphule nesivumelwano sami engisenze nabo. +
15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe.
20 Kwakukhona umuntu owuhlupho okwakuthiwa nguSheba, + indodana kaBikri, umBhenjamini. Washaya uphondo + wathi: “Asinasabelo kuDavide, asinafa endodaneni kaJese. + O Israyeli, yilowo nalowo makaye konkulunkulu bakhe!” *+
26 “Nokho awalalelanga, adlubulunda + awushiya uMthetho wakho.* Abulala abaprofethi bakho ababewaxwayisa ukuba abuyele kuwe, abonisa indelelo enkulu. +