-
1 Korinte 8:5, 6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Ngoba ngisho noma kukhona labo ababizwa ngokuthi onkulunkulu, kungaba sezulwini noma emhlabeni, + njengoba nje kukhona “onkulunkulu” abaningi “namakhosi” amaningi, 6 empeleni kithi kukhona uNkulunkulu oyedwa, + uBaba, + okuvela kuye zonke izinto, nathi esingabakhe; + futhi kukhona iNkosi eyodwa, uJesu Kristu, ezikhona ngayo zonke izinto, + nathi esikhona ngayo.
-