Eksodusi 19:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ekuseni ngosuku lwesithathu laduma labanika, kwaba nefu elikhulu + entabeni kanye nomsindo omkhulu wophondo, bonke abantu ababesekamu baqala ukuthuthumela. + Eksodusi 19:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 INtaba iSinayi yashunqa intuthu yonke indawo, ngenxa yokuthi uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; + intuthu yayo yayilokhu yenyuka njengentuthu kahhonela, yonke intaba yazamazama kakhulu. + IHubo 77:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Umsindo wokuduma + wawunjengowamasondo enqola;Imibani yakhanyisa umhlaba; *+Umhlaba wandindizela wazamazama. + IHubo 104:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Ubheka umhlaba, wona uthuthumele;Uthinta izintaba, zishunqe intuthu. +
16 Ekuseni ngosuku lwesithathu laduma labanika, kwaba nefu elikhulu + entabeni kanye nomsindo omkhulu wophondo, bonke abantu ababesekamu baqala ukuthuthumela. +
18 INtaba iSinayi yashunqa intuthu yonke indawo, ngenxa yokuthi uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; + intuthu yayo yayilokhu yenyuka njengentuthu kahhonela, yonke intaba yazamazama kakhulu. +
18 Umsindo wokuduma + wawunjengowamasondo enqola;Imibani yakhanyisa umhlaba; *+Umhlaba wandindizela wazamazama. +