-
Isaya 49:8, 9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Yilokhu uJehova akushoyo:
“Ngesikhathi sokubonisa kwami umusa* ngakuphendula, +
Ngosuku lwensindiso ngakusiza; +
Ngaqhubeka ngikulonda ukuze ngikwenze ube yisivumelwano kubantu, +
Ukuze ngilakhe kabusha izwe,
Ngibangele ukuba badle amafa abo ayincithakalo, +
Nakulabo abasebumnyameni, + ‘Velani!’
Bazodla ngasezindleleni,
Amadlelo abo ayoba ngasezindleleni ezibhudulekile.*
-