Duteronomi 3:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 ‘O Nkosi EnguMbusi Jehova, usuqalile ukubonisa inceku yakho ubukhulu bakho nengalo yakho enamandla, + ngoba yimuphi unkulunkulu emazulwini noma emhlabeni owenza izenzo ezinamandla njengawe? + IHubo 145:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UJehova mkhulu futhi kumele adunyiswe kakhulu; +Ubukhulu bakhe abuphenyeki. *+
24 ‘O Nkosi EnguMbusi Jehova, usuqalile ukubonisa inceku yakho ubukhulu bakho nengalo yakho enamandla, + ngoba yimuphi unkulunkulu emazulwini noma emhlabeni owenza izenzo ezinamandla njengawe? +