Joshuwa 1:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 “Kuphela nje yiba nesibindi uqine, uwugcine ngokucophelela wonke uMthetho uMose inceku yami akuyala ngawo. Ungaphambuki kuwo uye ngakwesokudla noma ngakwesobunxele, + ukuze wenze ngokuhlakanipha nomaphi lapho uya khona. + IHubo 25:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Uyoluleka abamnene ukuba benze okulungile, *+Uyofundisa abamnene indlela yakhe. + Jakobe 1:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngakho, uma noma ubani kini engenakho ukuhlakanipha, makaqhubeke ekucela kuNkulunkulu, + uyomnika kona + ngoba ubapha bonke ngesandla esivulekile ngaphandle kokusola. *+
7 “Kuphela nje yiba nesibindi uqine, uwugcine ngokucophelela wonke uMthetho uMose inceku yami akuyala ngawo. Ungaphambuki kuwo uye ngakwesokudla noma ngakwesobunxele, + ukuze wenze ngokuhlakanipha nomaphi lapho uya khona. +
5 Ngakho, uma noma ubani kini engenakho ukuhlakanipha, makaqhubeke ekucela kuNkulunkulu, + uyomnika kona + ngoba ubapha bonke ngesandla esivulekile ngaphandle kokusola. *+