IHubo 37:25, 26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Ngake ngaba musha, manje sengikhulile,Kodwa angikaze ngimbone olungile eshiywe dengwane, +Noma izingane zakhe ziswele ukudla. *+ 26 Uhlale ebolekisa ngaphandle kokufuna inzalo, +Izingane zakhe zilindelwe yizibusiso. IHubo 112:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Uyaphana;* ubanikile abampofu. + צ [Tsade] Ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade. + ק [Qoph] Amandla akhe* ayophakanyiswa ngenkazimulo. Luka 6:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Wonke umuntu okucelayo muphe, + okuphuca izinto zakho ungaceli ukuba azibuyise.
25 Ngake ngaba musha, manje sengikhulile,Kodwa angikaze ngimbone olungile eshiywe dengwane, +Noma izingane zakhe ziswele ukudla. *+ 26 Uhlale ebolekisa ngaphandle kokufuna inzalo, +Izingane zakhe zilindelwe yizibusiso.
9 Uyaphana;* ubanikile abampofu. + צ [Tsade] Ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade. + ק [Qoph] Amandla akhe* ayophakanyiswa ngenkazimulo.