Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 15:7, 8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 “Uma omunye wabafowenu eba mpofu phakathi kwenu kwelinye lamadolobha enu ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ungayenzi lukhuni inhliziyo yakho noma umvalele isandla umfowenu ompofu. + 8 Ngoba kufanele umvulele isandla sakho ngokukhululekile + futhi kumele nakanjani umboleke* noma yini ayidingayo noma ayiswele.

  • IzAga 3:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Ungabagodleli okuhle labo okufanele ubanike kona *+

      Uma kusemandleni akho ukusiza. +

  • IzAga 21:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Usuku lonke ngobugovu lihahela izinto ezengeziwe,

      Kodwa olungile uyapha, akagodli lutho. +

  • Mathewu 5:42
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 42 Mnike ocelayo kuwe, futhi ungamfulatheli ofuna ukuboleka* kuwe. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela