IzAga 20:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ungasho ukuthi: “Ngizobuyisela ngokubi!” + Thembela kuJehova, + uyokusindisa. + Roma 12:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ningabuyiseli muntu okubi ngokubi. + Cabangani ngokuthi yini enhle emehlweni abo bonke abantu. Roma 12:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ningaziphindiseleli bathandekayo, kodwa qhelelani ulaka; *+ ngoba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Impindiselo ingeyami; ngizobuyisela mina,’ kusho uJehova.” *+ 1 Thesalonika 5:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Qaphelani ukuba kungabikho muntu ophindisela ukulinyazwa ngokulimaza kunoma ubani, + kodwa ngaso sonke isikhathi nenzelane okuhle nabo bonke abanye. +
19 Ningaziphindiseleli bathandekayo, kodwa qhelelani ulaka; *+ ngoba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Impindiselo ingeyami; ngizobuyisela mina,’ kusho uJehova.” *+
15 Qaphelani ukuba kungabikho muntu ophindisela ukulinyazwa ngokulimaza kunoma ubani, + kodwa ngaso sonke isikhathi nenzelane okuhle nabo bonke abanye. +