Mathewu 6:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 “Akekho ongakhonza amakhosi amabili; ngoba uyozonda enye athande enye, + noma anamathele kwenye, adelele enye. Anikwazi ukuba izigqila zikaNkulunkulu nezeNgcebo. + Luka 12:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” + 1 Thimothewu 6:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngoba uthando lwemali luyimpande yazo zonke izinhlobo zezinto ezilimazayo, futhi ngokuzama ukufinyelela lolu thando abanye baye baduka okholweni futhi bazigwaza yonke indawo ngeminjunju eminingi. +
24 “Akekho ongakhonza amakhosi amabili; ngoba uyozonda enye athande enye, + noma anamathele kwenye, adelele enye. Anikwazi ukuba izigqila zikaNkulunkulu nezeNgcebo. +
15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” +
10 Ngoba uthando lwemali luyimpande yazo zonke izinhlobo zezinto ezilimazayo, futhi ngokuzama ukufinyelela lolu thando abanye baye baduka okholweni futhi bazigwaza yonke indawo ngeminjunju eminingi. +