IzAga 21:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ohlakaniphile wenyuka ngezindonga zedolobha* labanamandlaAqede amandla abathembele kuwo. + IzAga 24:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Umuntu ohlakaniphile unamandla, +Ngolwazi umuntu wandisa amandla akhe. UmShumayeli 7:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngoba ukuhlakanipha kuyisivikelo + njengoba nje nemali iyisivikelo, + kodwa inzuzo yolwazi yile: Ukuhlakanipha kuyakulonda ukuphila komniniko. + UmShumayeli 7:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ukuhlakanipha kwenza umuntu ohlakaniphile abe namandla kunamadoda anamandla ayishumi edolobheni. + UmShumayeli 9:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ukuhlakanipha kungcono kunezikhali zempi, kodwa isoni esisodwa nje kuphela singenza umonakalo omkhulu kokuhle. +
12 Ngoba ukuhlakanipha kuyisivikelo + njengoba nje nemali iyisivikelo, + kodwa inzuzo yolwazi yile: Ukuhlakanipha kuyakulonda ukuphila komniniko. +
19 Ukuhlakanipha kwenza umuntu ohlakaniphile abe namandla kunamadoda anamandla ayishumi edolobheni. +
18 Ukuhlakanipha kungcono kunezikhali zempi, kodwa isoni esisodwa nje kuphela singenza umonakalo omkhulu kokuhle. +