1 Samuweli 18:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 UDavide waqhubeka ephumelela *+ kukho konke ayekwenza, noJehova wayenaye. + IzAga 3:32, 33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Ngoba uJehova uyamnyanya umuntu okhohlisayo, +Kodwa uba umngani nabaqotho. + 33 Isiqalekiso sikaJehova siphezu kwendlu yomubi, +Kodwa uyayibusisa indlu yabalungile. + Isaya 3:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Tshelani abalungile ukuthi kuyobahambela kahle;Bayothola umvuzo ngezenzo zabo. *+
32 Ngoba uJehova uyamnyanya umuntu okhohlisayo, +Kodwa uba umngani nabaqotho. + 33 Isiqalekiso sikaJehova siphezu kwendlu yomubi, +Kodwa uyayibusisa indlu yabalungile. +