Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 6:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 “Ngenxa yalokhu ngithi kini: Yekani ukukhathazeka + ngokuphila* kwenu ngokuqondene nokuthi niyodlani noma niyophuzani, noma ngemizimba yenu ngokuqondene nokuthi niyogqokani. + Ukuphila* akubalulekile yini ngaphezu kokudla, nomzimba ngaphezu kwezingubo? +

  • Mathewu 6:34
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 34 Ngakho, ningalokothi nikhathazeke ngosuku olulandelayo, + ngoba usuku olulandelayo luyoba nezalo izinkathazo. Usuku ngalunye lunezalo izinkinga.

  • Luka 12:18-20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Wayesethi, ‘Ngizokwenza lokhu: + Ngizodiliza izinqolobane zami ngakhe ezinkulu kunazo, ngibuthele khona ukudla kwami okusanhlamvu nayo yonke impahla yami, 19 ngithi kimi:* “Nginezinto* eziningi ezinhle eziqongelelwe iminyaka eminingi; khululeka, udle, uphuze, uzijabulise.” ’ 20 Kodwa uNkulunkulu wathi kuye, ‘Muntu ongenangqondo, ngalobu busuku bayakufuna ukuphila* kwakho. Ubani-ke ozothola izinto oziqongelele?’ +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela