IHubo 41:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 41 Uyajabula umuntu omcabangelayo ophansi; +UJehova uyomkhulula ngosuku lwenhlekelele. IHubo 112:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Uyaphana;* ubanikile abampofu. + צ [Tsade] Ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade. + ק [Qoph] Amandla akhe* ayophakanyiswa ngenkazimulo. IzAga 19:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Obonisa ophansi umusa uboleka uJehova, +Futhi Yena uyombuyisela* ngalokho akwenzayo. + IzAga 22:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Umuntu ophanayo* uyobusiswa,Ngoba upha abampofu ukudla kwakhe. +
9 Uyaphana;* ubanikile abampofu. + צ [Tsade] Ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade. + ק [Qoph] Amandla akhe* ayophakanyiswa ngenkazimulo.