1 Samuweli 17:45 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 45 UDavide wamphendula umFilisti wathi: “Wena uza kimi nenkemba nomkhonto nengcula, + kodwa mina ngiza kuwe ngegama likaJehova wamabutho, + uNkulunkulu webutho lempi yakwa-Israyeli, omdelelile. *+ 2 AmaKhosi 18:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 URabishake wama wamemeza ngolimi lwamaJuda, wathi: “Yizwani izwi lenkosi enkulu, inkosi yase-Asiriya. + 2 AmaKhosi 18:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 Yimuphi unkulunkulu phakathi kwabo bonke onkulunkulu bala mazwe osindise izwe lakhe esandleni sami, okwenza nicabange ukuthi uJehova angasindisa iJerusalema esandleni sami?” ’ ” +
45 UDavide wamphendula umFilisti wathi: “Wena uza kimi nenkemba nomkhonto nengcula, + kodwa mina ngiza kuwe ngegama likaJehova wamabutho, + uNkulunkulu webutho lempi yakwa-Israyeli, omdelelile. *+
28 URabishake wama wamemeza ngolimi lwamaJuda, wathi: “Yizwani izwi lenkosi enkulu, inkosi yase-Asiriya. +
35 Yimuphi unkulunkulu phakathi kwabo bonke onkulunkulu bala mazwe osindise izwe lakhe esandleni sami, okwenza nicabange ukuthi uJehova angasindisa iJerusalema esandleni sami?” ’ ” +