Jeremiya 49:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 “U-Edomi uyoba yinto eshaqisayo. + Wonke umuntu odlula ngakuye uyomgqolozela emangele, ashaye ikhwela ngenxa yazo zonke izinhlupho zakhe. IsiLilo 4:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Yethaba futhi ujabule ndodakazi yakwa-Edomi, + njengoba nje uhlala ezweni lase-Uze. Kodwa indebe izodlula nangakuwe, + uzodakwa uhambe nqunu. +
17 “U-Edomi uyoba yinto eshaqisayo. + Wonke umuntu odlula ngakuye uyomgqolozela emangele, ashaye ikhwela ngenxa yazo zonke izinhlupho zakhe.
21 Yethaba futhi ujabule ndodakazi yakwa-Edomi, + njengoba nje uhlala ezweni lase-Uze. Kodwa indebe izodlula nangakuwe, + uzodakwa uhambe nqunu. +