Johane 10:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Mina ngingumalusi omuhle; + umalusi omuhle unikela ukuphila kwakhe* ngenxa yezimvu. + Hebheru 13:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Kwangathi uNkulunkulu wokuthula, owakhuphula kwabafile umalusi omkhulu + wezimvu, iNkosi yethu uJesu, ngegazi lesivumelwano saphakade, 1 Petru 5:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Lapho umalusi omkhulu + esebonakalisiwe, niyokwamukela umqhele wenkazimulo ongabuni. + IsAmbulo 7:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 ngoba iWundlu, + eliseceleni* kwesihlalo sobukhosi, liyobelusa, + futhi liyobaqondisa emithonjeni* yamanzi okuphila. + UNkulunkulu uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo.” +
20 Kwangathi uNkulunkulu wokuthula, owakhuphula kwabafile umalusi omkhulu + wezimvu, iNkosi yethu uJesu, ngegazi lesivumelwano saphakade,
17 ngoba iWundlu, + eliseceleni* kwesihlalo sobukhosi, liyobelusa, + futhi liyobaqondisa emithonjeni* yamanzi okuphila. + UNkulunkulu uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo.” +