IsiLilo 4:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Yethaba futhi ujabule ndodakazi yakwa-Edomi, + njengoba nje uhlala ezweni lase-Uze. Kodwa indebe izodlula nangakuwe, + uzodakwa uhambe nqunu. + Obadiya 12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Akufanele uluhleke usuku umfowenu ehlelwa ngalo ishwa, +Akufanele ujabule ngabantu bakwaJuda ngosuku lokushabalala kwabo, +Akufanele ubenze inhlekisa ngosuku lwabo lokucindezeleka. Obadiya 15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngoba luseduze usuku lukaJehova lokumelana nazo zonke izizwe. + Indlela owenze ngayo, kuyokwenziwa ngayo nakuwe. + Indlela ophathe ngayo abanye, nawe uyophathwa ngayo.
21 Yethaba futhi ujabule ndodakazi yakwa-Edomi, + njengoba nje uhlala ezweni lase-Uze. Kodwa indebe izodlula nangakuwe, + uzodakwa uhambe nqunu. +
12 Akufanele uluhleke usuku umfowenu ehlelwa ngalo ishwa, +Akufanele ujabule ngabantu bakwaJuda ngosuku lokushabalala kwabo, +Akufanele ubenze inhlekisa ngosuku lwabo lokucindezeleka.
15 Ngoba luseduze usuku lukaJehova lokumelana nazo zonke izizwe. + Indlela owenze ngayo, kuyokwenziwa ngayo nakuwe. + Indlela ophathe ngayo abanye, nawe uyophathwa ngayo.