Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ezra 9:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ngase ngithi: “O Nkulunkulu wami, ngizizwa nginamahloni futhi ngiphoxekile. Angicabangi ukuthi ngiyakufanelekela ukuthandaza kuwe Nkulunkulu wami, ngoba iziphambeko zethu zandile phezu kwamakhanda ethu necala lethu likhule laze lafika emazulwini. +

  • Nehemiya 9:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 “Nokho awalalelanga, adlubulunda + awushiya uMthetho wakho.* Abulala abaprofethi bakho ababewaxwayisa ukuba abuyele kuwe, abonisa indelelo enkulu. +

  • Jeremiya 31:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 “Impela ngimzwile u-Efrayimi ekhala,

      ‘Ungiqondisile ngaqonda,

      Njengethole elingaqeqeshiwe.

      Ngibuyise, ngizobuya ngokushesha,

      Ngoba unguJehova uNkulunkulu wami.

  • Hezekeli 6:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Labo abaphunyukayo bayongikhumbula bephakathi kwezizwe abathunjelwe kuzo. + Bayobona ukuthi ngezwa ubuhlungu ngenxa yenhliziyo yabo engathembekile* eyangijikela + nangenxa yamehlo abo afisa izithixo zabo ezinyanyekayo. + Bayoba namahloni futhi benyanye zonke izinto ezimbi nezinyanyekayo abazenzile. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela