4 Ngalolo suku izinyawo zakhe ziyoma phezu kweNtaba Yeminqumo, + ebhekene neJerusalema ngasempumalanga; iNtaba Yeminqumo iyohlukana phakathi, kusukela empumalanga kuya entshonalanga, kube nesigodi esikhulu kakhulu; ingxenye yentaba iyogudlukela enyakatho, nengxenye yayo eningizimu.