Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Nehemiya 9:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Ngisho nangesikhathi sokubusa kwamakhosi ethu, benenala yezinto ezinhle owawubanike zona, besezweni elibanzi nelivundile* owawubanike lona, abakukhonzanga + nemikhuba yabo emibi abayiyekanga.

  • Isaya 9:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ngoba abantu ababuyelanga kuLowo obashayayo;

      Abamfunanga uJehova wamabutho. +

  • Amose 4:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 ‘Mina ngabangela indlala* kuwo wonke amadolobha enu

      Ngenza zonke izindlu zenu zaswela isinkwa; +

      Kodwa anibuyelanga kimi,’ + kusho uJehova.

  • Zakariya 1:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 “ ‘Ningabi njengoyihlo, abaprofethi basendulo abamemezela kubo, bathi: “Yilokhu uJehova wamabutho akushoyo, ‘Ngicela nishiye izindlela* zenu ezimbi nezenzo zenu ezimbi.’ ” ’ +

      “ ‘Kodwa abalalelanga futhi abanginakanga,’ + kusho uJehova.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela