33 Ngisho nangemva kokuba kwenzeke lokhu, uJerobowamu akazange aphenduke endleleni yakhe embi, kodwa waqhubeka ethatha abantu abavamile ebenza abapristi bezindawo eziphakeme. + Noma ubani owayefisa ukuba ngumpristi wayemenza umpristi, athi: “Makabe ngomunye wabapristi bezindawo eziphakeme.” +