1 Samuweli 15:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 USamuweli wathi: “Ingabe uJehova ujabulela iminikelo eshiswayo nemihlatshelo + kunokulalelwa kwezwi likaJehova? Ukulalela kungcono kunomhlatshelo, + nokunakisisa kungcono kunamanoni + ezinqama; IHubo 51:16, 17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngoba awuwufuni umhlatshelo—ukube ubuwufuna bengizowunikela; +Awujatshuliswa umnikelo oshiswayo ophelele. + 17 Imihlatshelo ejabulisa uNkulunkulu iwumoya ophukile;O Nkulunkulu, inhliziyo ephukile nedabukile uyoyamukela. *+ Isaya 1:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “Ingizuzisa ngani imihlatshelo yenu eminingi?” + kusho uJehova. “Isingicikile iminikelo yenu eshiswayo yezinqama + namanoni ezilwane ezikhuluphele, +Angijabuli ngegazi + lezinkunzi + nelamawundlu nelezimbuzi. +
22 USamuweli wathi: “Ingabe uJehova ujabulela iminikelo eshiswayo nemihlatshelo + kunokulalelwa kwezwi likaJehova? Ukulalela kungcono kunomhlatshelo, + nokunakisisa kungcono kunamanoni + ezinqama;
16 Ngoba awuwufuni umhlatshelo—ukube ubuwufuna bengizowunikela; +Awujatshuliswa umnikelo oshiswayo ophelele. + 17 Imihlatshelo ejabulisa uNkulunkulu iwumoya ophukile;O Nkulunkulu, inhliziyo ephukile nedabukile uyoyamukela. *+
11 “Ingizuzisa ngani imihlatshelo yenu eminingi?” + kusho uJehova. “Isingicikile iminikelo yenu eshiswayo yezinqama + namanoni ezilwane ezikhuluphele, +Angijabuli ngegazi + lezinkunzi + nelamawundlu nelezimbuzi. +