2 AmaKhosi 25:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 UNebuzaradani induna yonogada wabayisa ekudingisweni bonke abantu ababesele edolobheni, nalabo ababehlubukele enkosini yaseBhabhiloni naso sonke esinye isixuku. + 2 IziKronike 36:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngakho wabalethela inkosi yamaKhaledi, + eyabulala izinsizwa zabo ngenkemba + endlini yabo engcwele; + ayibanga nazwela ngensizwa noma ngentombi, ngomuntu omdala noma obuthakathaka. + UNkulunkulu wanikela konke esandleni sayo. + 2 IziKronike 36:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Yashisa indlu kaNkulunkulu weqiniso, + yadiliza udonga lwaseJerusalema, + yashisa yonke imibhoshongo yalo eqinile ngomlilo, yaqeda zonke izinto eziyigugu. +
11 UNebuzaradani induna yonogada wabayisa ekudingisweni bonke abantu ababesele edolobheni, nalabo ababehlubukele enkosini yaseBhabhiloni naso sonke esinye isixuku. +
17 Ngakho wabalethela inkosi yamaKhaledi, + eyabulala izinsizwa zabo ngenkemba + endlini yabo engcwele; + ayibanga nazwela ngensizwa noma ngentombi, ngomuntu omdala noma obuthakathaka. + UNkulunkulu wanikela konke esandleni sayo. +
19 Yashisa indlu kaNkulunkulu weqiniso, + yadiliza udonga lwaseJerusalema, + yashisa yonke imibhoshongo yalo eqinile ngomlilo, yaqeda zonke izinto eziyigugu. +