1 IziKronike 17:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “ ‘ “Lapho izinsuku zakho seziphelile, wena usungcwatshwe kanye nokhokho bakho, ngiyovusa inzalo* yakho ngemva kwakho, enye yamadodana akho, + ngiyobumisa buqine ubukhosi bayo. + Mathewu 9:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Njengoba uJesu ayedlula esuka lapho, izimpumputhe ezimbili + zamlandela, zimemeza zithi: “Yiba nesihe kithi, Ndodana kaDavide.” Luka 1:32, 33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Iyoba umuntu omkhulu + ibizwe ngokuthi iNdodana YoPhezukonke, + uJehova* uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi sikaDavide uyise, + 33 iyobusa njengeNkosi phezu kwendlu kaJakobe kuze kube phakade, noMbuso wayo ngeke uphele.” +
11 “ ‘ “Lapho izinsuku zakho seziphelile, wena usungcwatshwe kanye nokhokho bakho, ngiyovusa inzalo* yakho ngemva kwakho, enye yamadodana akho, + ngiyobumisa buqine ubukhosi bayo. +
27 Njengoba uJesu ayedlula esuka lapho, izimpumputhe ezimbili + zamlandela, zimemeza zithi: “Yiba nesihe kithi, Ndodana kaDavide.”
32 Iyoba umuntu omkhulu + ibizwe ngokuthi iNdodana YoPhezukonke, + uJehova* uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi sikaDavide uyise, + 33 iyobusa njengeNkosi phezu kwendlu kaJakobe kuze kube phakade, noMbuso wayo ngeke uphele.” +