-
Marku 10:29, 30IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
29 UJesu wathi: “Ngiqinisile ngithi kini, akekho oshiye indlu noma abafowabo noma odadewabo noma unina noma uyise noma abantwana noma amasimu ngenxa yami nangenxa yezindaba ezinhle + 30 ongeke athole kwamanje izindlu, abafowabo, odadewabo, onina, abantwana namasimu izikhathi eziphindwe kawu-100, kanye nokushushiswa + futhi esikhathini* esizayo athole ukuphila okuphakade.
-