Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 36:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Kodwa babelokhu behlekisa ngezithunywa zikaNkulunkulu weqiniso, + bedelela amazwi akhe, + bebenza inhlekisa abaprofethi bakhe, + kwaze kwaphela ithemba lokuthi bangaphulukiswa, uJehova wabavuthela ngolaka. +

  • IzEnzo 7:52
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 52 Yimuphi kubaprofethi okhokho benu abangazange bamshushise? + Yebo, bababulala labo abakumemezela kusengaphambili ukuza kolungile, + lowo nina eseninikele ngaye nambulala, +

  • Hebheru 11:32
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 32 Yikuphi okunye engingakusho? Ngoba isikhathi sizongishiya uma ngiqhubeka ngilandisa ngoGideyoni, + uBharaki, + uSamsoni, + uJefta, + uDavide + kanye noSamuweli + nabanye abaprofethi.

  • Hebheru 11:37
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 Bashaywa ngamatshe, + baquliswa amacala, banqanyulwa kabili ngesaha,* babulawa ngenkemba, + bazulazula bembethe izikhumba zezimvu, izikhumba zezimbuzi, + beswele, besosizini, + bephethwe kabi; +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela