29 Ngiyazi ukuthi ngemva kokuhamba kwami kuzongena izimpisi ezicindezelayo phakathi kwenu + futhi ngeke ziwuphathe ngozwela umhlambi, 30 naphakathi kwenu imbala, kuzovela amadoda akhulume izinto ezisontekile ukuze amonyule abafundi ukuba bawalandele. +