-
1 Johane 2:18, 19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
18 Bantwana, yihora lokugcina, futhi njengoba nje nizwile ukuthi umphik’ ukristu uyeza, + ngisho namanje sekunabaphik’ ukristu abaningi; + okuyiqiniso esazi ngalo ukuthi yihora lokugcina. 19 Baphuma kithi, kodwa babengebona abohlobo lwethu; *+ ukube babengabohlobo lwethu, babeyohlala nathi. Kodwa baphuma ukuze kuboniswe ukuthi akubona bonke abangabohlobo lwethu. +
-