Hoseya 6:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngoba ngijabula ngothando oluqotho,* hhayi ngomhlatshelo,Ngijabula ngolwazi ngoNkulunkulu kunangeminikelo eshiswayo ephelele. + Mika 6:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngiyoya ngiphetheni phambi kukaJehova? Ngiyokhothama ngiphetheni phambi kukaNkulunkulu ophezulu? Ingabe ngiyoya phambi kwakhe neminikelo eshiswayo epheleleNamathole anonyaka owodwa? + Mika 6:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ukutshelile okuhle wena muntu. Yini uJehova ayifuna* kuwe? Ufuna kuphela ukuba ubonise ubulungisa, *+ uthande ubuqotho *+Futhi uhambe ngesizotha + noNkulunkulu wakho! + Mathewu 9:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu: ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’ + Ngoba ngizele ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungile.”
6 Ngoba ngijabula ngothando oluqotho,* hhayi ngomhlatshelo,Ngijabula ngolwazi ngoNkulunkulu kunangeminikelo eshiswayo ephelele. +
6 Ngiyoya ngiphetheni phambi kukaJehova? Ngiyokhothama ngiphetheni phambi kukaNkulunkulu ophezulu? Ingabe ngiyoya phambi kwakhe neminikelo eshiswayo epheleleNamathole anonyaka owodwa? +
8 Ukutshelile okuhle wena muntu. Yini uJehova ayifuna* kuwe? Ufuna kuphela ukuba ubonise ubulungisa, *+ uthande ubuqotho *+Futhi uhambe ngesizotha + noNkulunkulu wakho! +
13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu: ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’ + Ngoba ngizele ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungile.”