Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Marku 4:30-32
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 30 Waqhubeka wathi: “Singawufanisa nani uMbuso kaNkulunkulu, noma, singawuchaza ngamuphi umfanekiso? 31 Unjengohlamvu lwesinaphi, olwaluyimbewu encane kunazo zonke emhlabeni ngesikhathi luhlwanyelwa emhlabathini. + 32 Kodwa lapho seluhlwanyelwe, luyakhula lube lukhulu kunazo zonke ezinye izihlahla, lukhiphe amagatsha amakhulu ukuze izinyoni zezulu zikwazi ukuthola indawo yokuhlala ngaphansi komthunzi walo.”

  • Luka 13:18, 19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Ngemva kwalokho yathi: “UMbuso kaNkulunkulu ufana nani, ngingawuqhathanisa nani? 19 Unjengohlamvu lwesinaphi umuntu aluthatha walutshala ensimini yakhe, lwakhula lwaba isihlahla, izinyoni zezulu zahlala emagatsheni aso.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela