-
Mathewu 13:31, 32IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
31 Wabenzela omunye umfanekiso, wathi: “UMbuso wamazulu unjengohlamvu lwesinaphi, umuntu aluthatha walutshala ensimini yakhe. + 32 Eqinisweni, luyimbewu encane kunazo zonke, kodwa lapho selukhulile luba yisitshalo esikhulu kunazo zonke futhi luba yisihlahla, kangangokuthi izinyoni zezulu ziyafika zithole indawo yokuhlala phakathi kwamagatsha aso.”
-