Mathewu 21:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Ephendula uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo futhi ningangabazi, ngeke nje kuphela nenze lokho engikwenze esihlahleni somkhiwane, kodwa ngisho noma nithi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ kuyokwenzeka. + Marku 11:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Ngiqinisile ngithi kini noma ubani othi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ futhi engangabazi enhliziyweni yakhe kodwa enokholo lokuthi lokho akushoyo kuzokwenzeka, kuzokwenzeka lokho. + Luka 17:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 INkosi yathi: “Ukube beninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, beniyothi kulesi sihlahla sikamalibhele omnyama, ‘Siphuleka utshaleke olwandle!’ sinilalele. +
21 Ephendula uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo futhi ningangabazi, ngeke nje kuphela nenze lokho engikwenze esihlahleni somkhiwane, kodwa ngisho noma nithi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ kuyokwenzeka. +
23 Ngiqinisile ngithi kini noma ubani othi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ futhi engangabazi enhliziyweni yakhe kodwa enokholo lokuthi lokho akushoyo kuzokwenzeka, kuzokwenzeka lokho. +
6 INkosi yathi: “Ukube beninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, beniyothi kulesi sihlahla sikamalibhele omnyama, ‘Siphuleka utshaleke olwandle!’ sinilalele. +