Mathewu 17:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Wathi kubo: “Kungenxa yokholo lwenu oluncane. Ngoba ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, niyothi kule ntaba, ‘Suka lapha uye laphaya,’ isuke, futhi akukho lutho eningeke nikwazi ukulwenza.” + Mathewu 21:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Ephendula uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo futhi ningangabazi, ngeke nje kuphela nenze lokho engikwenze esihlahleni somkhiwane, kodwa ngisho noma nithi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ kuyokwenzeka. + Luka 17:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 INkosi yathi: “Ukube beninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, beniyothi kulesi sihlahla sikamalibhele omnyama, ‘Siphuleka utshaleke olwandle!’ sinilalele. +
20 Wathi kubo: “Kungenxa yokholo lwenu oluncane. Ngoba ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, niyothi kule ntaba, ‘Suka lapha uye laphaya,’ isuke, futhi akukho lutho eningeke nikwazi ukulwenza.” +
21 Ephendula uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini, uma ninokholo futhi ningangabazi, ngeke nje kuphela nenze lokho engikwenze esihlahleni somkhiwane, kodwa ngisho noma nithi kule ntaba, ‘Qukuleka uphonseke olwandle,’ kuyokwenzeka. +
6 INkosi yathi: “Ukube beninokholo olulingana nohlamvu lwesinaphi, beniyothi kulesi sihlahla sikamalibhele omnyama, ‘Siphuleka utshaleke olwandle!’ sinilalele. +