Mathewu 21:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Ngoba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, kodwa anizange nimkholwe. Nokho, abaqoqi bentela nezifebe bamkholwa, + ngisho nalapho nikubona lokhu, anizisolanga kamuva ukuze nimkholwe. Marku 11:30, 31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Ubhapathizo lukaJohane + lwaluvela ezulwini noma kubantu? Ngiphenduleni.” + 31 Ngakho babonisana bodwa, bethi: “Uma sithi, ‘Ezulwini,’ uzothi, ‘Pho, kungani ningamkholwanga?’ Luka 7:29, 30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 (Lapho bonke abantu nabaqoqi bentela bezwa lokhu, bathi uNkulunkulu ulungile, ngoba babebhapathizwe ngobhapathizo lukaJohane. + 30 Kodwa abaFarisi nalabo ababeyizazi zoMthetho abasinakanga isiqondiso* sikaNkulunkulu kubo, + njengoba babengabhapathizwanga nguye.)
32 Ngoba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, kodwa anizange nimkholwe. Nokho, abaqoqi bentela nezifebe bamkholwa, + ngisho nalapho nikubona lokhu, anizisolanga kamuva ukuze nimkholwe.
30 Ubhapathizo lukaJohane + lwaluvela ezulwini noma kubantu? Ngiphenduleni.” + 31 Ngakho babonisana bodwa, bethi: “Uma sithi, ‘Ezulwini,’ uzothi, ‘Pho, kungani ningamkholwanga?’
29 (Lapho bonke abantu nabaqoqi bentela bezwa lokhu, bathi uNkulunkulu ulungile, ngoba babebhapathizwe ngobhapathizo lukaJohane. + 30 Kodwa abaFarisi nalabo ababeyizazi zoMthetho abasinakanga isiqondiso* sikaNkulunkulu kubo, + njengoba babengabhapathizwanga nguye.)