Mathewu 25:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 “Ngakho-ke, hlalani nilindile, + ngoba anilwazi usuku noma ihora. + Marku 13:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Hlalani nibhekile, nihlale niphapheme, + ngoba anazi ukuthi sinini isikhathi esimisiwe. + Luka 21:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Ngakho, hlalani niphapheme, + ngaso sonke isikhathi ninxusa + ukuba niphumelele ekuphunyukeni kuzo zonke lezi zinto okumele zenzeke, nasekumeni phambi kweNdodana yomuntu.” +
36 Ngakho, hlalani niphapheme, + ngaso sonke isikhathi ninxusa + ukuba niphumelele ekuphunyukeni kuzo zonke lezi zinto okumele zenzeke, nasekumeni phambi kweNdodana yomuntu.” +