Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 24:42
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 42 Ngakho-ke, hlalani nilindile ngoba anazi ukuthi iNkosi yenu iza ngaluphi usuku. +

  • Marku 13:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Ngakho hlalani nilindile, ngoba anazi ukuthi inkosi yendlu iyobuya nini, + ukuthi iyobuya ilanga selishonile noma phakathi kwamabili noma ezintathakusa* noma ekuseni kakhulu, +

  • IsAmbulo 6:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Baqhubeka bethi ezintabeni nasemadwaleni: “Welani phezu kwethu + nisifihle emehlweni aLowo ohlezi esihlalweni sobukhosi + nasolakeni lweWundlu, + 17 ngoba usuku olukhulu lolaka lwabo selufikile, + futhi ubani okwaziyo ukuma?” +

  • IsAmbulo 16:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 “Bheka! Ngiyeza njengesela. + Uyajabula ohlala ephapheme + egqoke nezingubo zakhe zangaphandle, ukuze angahambi nqunu nabantu babone ihlazo lakhe.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela