Mathewu 16:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uJesu waqala ukuchazela abafundi bakhe ukuthi kwakumele aye eJerusalema, ahlupheke ngezinto eziningi ezivela emadodeni amadala nakubapristi abakhulu nakubabhali futhi abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu. + Mathewu 17:22, 23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Kwakungesikhathi bebuthene ndawonye eGalile lapho uJesu athi kubo: “INdodana yomuntu izonikelwa ezandleni zabantu, + 23 futhi bazoyibulala, ngosuku lwesithathu ivuswe.” + Ngakho baba lusizi kakhulu.
21 Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uJesu waqala ukuchazela abafundi bakhe ukuthi kwakumele aye eJerusalema, ahlupheke ngezinto eziningi ezivela emadodeni amadala nakubapristi abakhulu nakubabhali futhi abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu. +
22 Kwakungesikhathi bebuthene ndawonye eGalile lapho uJesu athi kubo: “INdodana yomuntu izonikelwa ezandleni zabantu, + 23 futhi bazoyibulala, ngosuku lwesithathu ivuswe.” + Ngakho baba lusizi kakhulu.