-
2 Thimothewu 1:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Ngoba uNkulunkulu akasinikanga umoya wobugwala, + kodwa owamandla + nowothando nowokuhluzeka kwengqondo. 8 Ngakho-ke, ungabi namahloni ngokufakaza mayelana neNkosi yethu + noma ngami, engiyisiboshwa ngenxa yayo, kodwa nawe khuthazelela ubunzima + ngenxa yezindaba ezinhle ngokuthembela emandleni kaNkulunkulu. +
-