Mathewu 10:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Kodwa noma ubani ongiphikayo phambi kwabantu, nami ngiyomphika phambi kukaBaba osemazulwini. + Marku 8:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 Ngoba noma ubani oba namahloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esiphingayo* nesinesono, neNdodana yomuntu iyoba namahloni ngaye + lapho iza ngenkazimulo kaYise ikanye nezingelosi ezingcwele.” + 2 Thimothewu 2:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 uma siqhubeka sikhuthazela, siyobusa kanye naye njengamakhosi; + uma simphika, naye uyosiphika; +
38 Ngoba noma ubani oba namahloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esiphingayo* nesinesono, neNdodana yomuntu iyoba namahloni ngaye + lapho iza ngenkazimulo kaYise ikanye nezingelosi ezingcwele.” +