Mathewu 24:42 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 42 Ngakho-ke, hlalani nilindile ngoba anazi ukuthi iNkosi yenu iza ngaluphi usuku. + Efesu 6:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 kuyilapho niqhubeka nithandaza ngazo zonke izinhlobo zomthandazo + nokunxusa ngezikhathi zonke ngokuvumelana nomoya. + Ngenxa yaleyo njongo, hlalani niphapheme, ngaso sonke isikhathi ninxusele bonke abangcwele. 2 Petru 3:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngakho-ke, nina bathandekayo, njengoba vele senazi, qaphani ukuze ningadukiswa kanye nabo ngesiphambeko sabantu abangenamthetho futhi niwe ekugxileni* kwenu. +
18 kuyilapho niqhubeka nithandaza ngazo zonke izinhlobo zomthandazo + nokunxusa ngezikhathi zonke ngokuvumelana nomoya. + Ngenxa yaleyo njongo, hlalani niphapheme, ngaso sonke isikhathi ninxusele bonke abangcwele.
17 Ngakho-ke, nina bathandekayo, njengoba vele senazi, qaphani ukuze ningadukiswa kanye nabo ngesiphambeko sabantu abangenamthetho futhi niwe ekugxileni* kwenu. +